izinhlobo zamabizo and examples in zulu
kule article sichazile ukuthi yini ibizo sachaza umahluko phakathi kwebizo kanye nesabizwana Ibizo vs isabizwana .
Amabizoqho ilamagama esiwabhala ngama capital letters asuselwa kwamanye amagama, isibonelo: amandla, kuba uMandla, isipho kube uSipho.
Types of amabizo Izinhlobo zamabizo zihlukene kanhlanu siyazibala lapha ngezansi:
- ibizonto , ibizonto yibizo lento, isibonelo or examples of ibizonto: imoto, uhambo, isicathulo, isikhwama, indlela
- ibizoqoqa, ibizoqoqa umsebenzi walo ukuhlanganisa izinto eziningi ngesingisi is to group things,
examples or isibonelo sebizoqoqa: umhlambi (izinkomo eziningi), izinkumbi (zabantu),
inyanda (izinkuni ezitheziwe zahlanganiswa), igoqo (izinkuni eziningi)
- amabizomuntu or ibizomuntu liyazichaza ibizomuntu kulapho umuntu simnika uhlobo oluthile lwento ayiyona, examples of ibizomuntu : umshayeli, umhambi, imbongi, iphoyisa
- ibizomvana kulapho lelibizo lichaza umuntu noma indawo ethile, isibone: umuntu, itheku
ibizongxube, ibizo leli elixubile lilodwa, isibonelo: uzifozonke
Kangiyena uthisha wesizulu ngaqeda kudala esikoleni kungenzeka engikubhalayo kungabi yiqiniso, uma kunjalo ngicela ni commente ngezansi.
Isabizwana igama elisebenza njengebizo emshweni
isabiswa naso sihlukene kaningi sizobheka ngezansi isabizwa and examples:
- Isabizwa sokukhomba, isibonelo examples: lo, lowo , naso isabizwana sokukhomba sihlukene kukhona sokukhomba eduze, buqamama, kude njalo njalo.
- isabizwa soqobo , isibonelo or examples: bona, thina, zona, thina. abantu bona, izinja zona, amakati wona, imoto yona, indlu yona
- isabizwana sokuchasisa, isibonelo: omude, omkhulu, omhlophe. umuntu omude, umuntu omkhulu, umuntu omhlophe
- Isabizwana sokugcizelela /sokuqathanisa, isibonelo uThoko yena
Inani isibonelo sesiqu senani: mbe, phi, ni, nye.
isibonelo somusho wenani: Munye umuntu okhe amanzi
umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
umuthi wokuphasa wama students
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Join Grade 12 students whatsapp group
Grade 12 Matric whatsapp groups
Grade 12 topics
Funda izingcezu zenkulumo
Uma unombuzo wesizulu wakwa Grade 12 sicela uthumele whatsapp kwi number ekule page.
Usitshele isikole sakho, bese ufaka umbuzo.
Ezinye izihloko zaka grade 12
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |